2 kaPetru 2:6 - IsiZulu 20206 Imizi iSodoma neGomora uNkulunkulu wayilahla ngecala, wayeseyingqongqisa ngomlilo, yaba ngumlotha. Wayenza yaba yisibonelo salokho okuzakubehlela labo abangayikumesaba uNkulunkulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 nemizi yaseSodoma neGomora wayahlulela wayichitha ngokuyiphendula umlotha, eyenza ibe yisiboniso kubo abangayikumesaba uNkulunkulu; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible6 Wayilahla imizi yaseSodoma neyaseGomora, wayichitha, wayichitha, ephendula imizi yaseSodoma neyaseGomora ibe yisibonelo kwabangayikumesaba uNkulunkulu; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Wayilahla imizi yaseSodoma neyaseGomora, wayichitha, wayichitha, ephendula imizi yaseSodoma neyaseGomora ibe yisibonelo kwabangayikumesaba uNkulunkulu; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngalokho-ke ngifunga ngiyagomela,” kusho uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Impela uMowabi uyakuba njengeSodoma, abantu bakwa-Amoni bafane neGomora, izwe lembabazane nemigodi kasawoti nencithakalo yaphakade. Insali yabantu bami iyakubaphanga, nabaseleyo besizwe sami bayakudla ifa labo.”