Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:9 - IsiZulu 2020

9 Indlovukazi yaseShebha yanika inkosi amathalenta egolide ayi-120, amakha amaningi kakhulu, namatshe ayigugu; akukho omunye owake wanika inkosi uSolomoni amakha amaningi njengalawo awaphiwa yindlovukazi yaseShebha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Yanika inkosi amatalenta* ayikhulu namashumi amabili egolide, namakha amaningi kakhulu, namatshe ayigugu; awazange abe khona amakha anjengalawo inkosi uSolomoni eyaphiwa wona yinkosikazi yaseSheba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Yanika inkosi amatalenta egolide ayikhulu namashumi amabili, namakha amaningi, namatshe ayigugu; kwakungekho makha anjengalawo indlovukazi yaseSheba eyawanika inkosi uSolomoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:9
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyise u-Israyeli wathi kubo: “Uma kunjalo, yenzani lokhu: thathani okwekhethelo okuvela emhlabathini lapha, nikufake emasakeni enu, nifike nikuphe lowo muntu: ingcosana yebhalisamu, uju, amakha, inhlaka, amantongomane, nama-alimondi,


Yanika inkosi amatalenta ayi-120 egolide, amakha amaningi kakhulu, namatshe ayigugu; akuzange kuphinde kufike amakha amaningi kangaka njengalawo indlovukazi yaseShebha eyawapha inkosi uSolomoni.


UHiramu wayesethumela enkosini amathalenta ayi-120 egolide.


Kwathi indlovukazi yaseShebha seyizwile ngodumo lukaSolomoni, yasuka yaya eJerusalema ukuba iyovivinya uSolomoni ngezimfumbe. Yayinehele elikhulu kakhulu, amakameli ayethwele amakha, igolide eliningi, namatshe ayigugu. Yafika kuSolomoni yakhuluma naye ngakho konke okusenhliziyweni yayo.


Izinceku zikaHuramu nezinceku zikaSolomoni ezabuya negolide e-Ofiri, zaletha imi-alimugi namatshe ayigugu.


Yileyo naleyo yayimlethela isipho: izitsha zesiliva, izitsha zegolide, izingubo, izikhali, amakha, amahhashi neminyuzi, ekwenza lokhu iminyaka ngeminyaka.


Makabongwe uSimakade uNkulunkulu wakho okwaba kuhle kuye ukuba akubeke esihlalweni sakhe sobukhosi, ube yinkosi kuSimakade uNkulunkulu wakho. Ngokuba uNkulunkulu wakho uyamthanda u-Israyeli futhi uyathanda ukummisa kuze kube phakade, yingakho ekubeke waba yinkosi phezu kwakhe, ukuba wenze ubulungiswa nokulunga.”


Amakhosi aseTharishishi nawaseziqhingini ayakuletha izipho. Amakhosi aseShebha naseSebha ayoletha izipho.


Mayiphile, bayinike igolide laseShebha, bayithandazele njalo, bayibusise usuku lonke.


USimakade wathi kuMose: “Thatha amakha anuka kamnandi: inathafi, ishehelethe, ihelibena, namakha empepho ecwengekileyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ