Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:3 - IsiZulu 2020

3 Indlovukazi yaseShebha isibonile ukuhlakanipha kukaSolomoni, nendlu ayeyakhile,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Inkosikazi yaseSheba isibonile ukuhlakanipha kukaSolomoni, nendlu ayakhileyo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Lapho indlovukazi yaseSheba ibona ukuhlakanipha kukaSolomoni nendlu ayakhileyo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:3
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wayazisa konke eyayikubuza. Kwakungekho lutho olufihlakele enkosini engayitshelanga khona.


USolomoni wayiphendula kukho konke eyambuza khona, akukho lutho olufihlakeleyo uSolomoni angakwazanga ukuyichachisela khona.


ukudla okusetafuleni lakhe, indlela izinceku zakhe ezazihlala ngayo, nezazima ngayo, izembatho zazo, abaphathizitsha nezembatho zabo, negumbi lakhe eliphezulu endlini kaSimakade, ayibange isaba nalutho olunye engalusho.


“Bhekani nje, nansi iminduze yasendle, ukuthi ikhula kanjani. Ayizikhandli, ayizithungeli zembatho, kodwa ngithi kini: ngisho noSolomoni, ebukhazikhazini bakhe bonke, wayengavunulisile okomunye wayo.


Esefikile, wabona umusa kaNkulunkulu, wathokoza, wabagqugquzela bonke ukuba bazinikele ngenhliziyo, banamathele eNkosini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ