Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:27 - IsiZulu 2020

27 Inkosi yenza ukuba isiliva lixhaphake njengamatshe eJerusalema, nemisedari yayenza yaba miningi njengemithombe ehlanzeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Inkosi yenza isiliva livame eJerusalema njengamatshe, nemisedari* yayenza ibe njengemithombe ehlanzeni ngobuningi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Inkosi yenza isiliva eJerusalema njengamatshe, yenza nemisedari njengemithombe emithonjeni eminingi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:27
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UBhali Hanani, umGederi, wayephethe iminqumo nemikhiwane okwakusehlanzeni; uJowabe ephethe izigcinamafutha.


Zonke izitsha zokuphuza zenkosi uSolomoni zaziyigolide, nazo zonke izitsha ezaziseHlathini eLebhanoni zaziyigolide elicwengekileyo; isiliva lalingento etheni emihleni kaSolomoni.


Imivini yabo wayibulala ngesichotho, nemikhiwane yabo, ngesangquma.


“Izitini ziwele phansi, kodwa sizokwakha kabusha ngamatshe abaziweyo; izihlahla zomkhiwane zigawuliwe, kodwa sizotshala ezomsedari esikhundleni sazo.”


U-Amose waphendula wathi ku-Amaziya: “Angiyena umphrofethi mina, futhi angiyona indodana yomphrofethi, kodwa ngangingumelusi nomlimi wemithombe.


Yagijimela phambili, yagibela esihlahleni somthombe, ukuze imbone, ngokuba wayezakwedlula ngalapho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ