Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:16 - IsiZulu 2020

16 Yakhanda futhi nezihlangu zegolide elicangcathiweyo ezingama-300; isihlangu ngasinye singamashekeli egolide elicangcathiweyo angama-300; inkosi yazibeka eNdlini Yehlathi eLebhanoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 kanjalo nezihlangu ezingamakhulu amathathu egolide elikhandiweyo, amashekeli angamakhulu amathathu egolide kuso isihlangu sinye; inkosi yazibeka endlini yehlathi laseLebanoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wenza amahawu angamakhulu amathathu egolide elikhandiweyo; Inkosi yasibeka endlini yehlathi laseLebanoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:16
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UShishaki wadla ingcebo yendlu kaSimakade nengcebo yesigodlo senkosi, washaqa konke, ngisho nezihlangu zonke zegolide ezazenziwe nguSolomoni.


Wayesakha indlu eyabizwa ngokuthi yiNdlu Yehlathi LaseLebhanoni: ubude bayo babungamakhubhithi ayikhulu, ububanzi bungamakhubhithi angama-50, ukuphakama kungamakhubhithi angama-30, phezu kwezinhla ezine zezinsika zemisedari, kunemishayo yemisedari phezu kwezinsika.


UShishaki, inkosi yaseGibhite, wakhuphukela eJerusalema, wathatha ingcebo yendlu kaSimakade nengcebo yasesigodlweni senkosi. Wathatha konke, wathatha nezihlangu zegolide ezazenziwe nguSolomoni.


Inkosi uSolomoni yenza izihlangu zegolide elicangcathiweyo ezingama-200, isihlangu ngasinye singamashekeli egolide elicangcathiweyo angama-600.


Inkosi yenza isihlalo sobukhosi esikhulu ngezimpondo zendlovu, yasicaka ngegolide elicwengekileyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ