Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:15 - IsiZulu 2020

15 Inkosi uSolomoni yenza izihlangu zegolide elicangcathiweyo ezingama-200, isihlangu ngasinye singamashekeli egolide elicangcathiweyo angama-600.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Inkosi uSolomoni yenza izihlangu ezingamakhulu amabili zegolide elikhandiweyo, kwaba ngamashekeli* angamakhulu ayisithupha egolide elikhandiweyo kuso isihlangu sinye,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Inkosi uSolomoni yenza amashekeli angamakhulu amabili egolide elikhandiweyo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:15
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UShishaki wadla ingcebo yendlu kaSimakade nengcebo yesigodlo senkosi, washaqa konke, ngisho nezihlangu zonke zegolide ezazenziwe nguSolomoni.


ngaphandle kwalelo elalifika nabahwebi nabathengisi, nawo wonke amakhosi ase-Arabhiya, nababusi bezwe ababeletha igolide nesiliva kuSolomoni.


Yakhanda futhi nezihlangu zegolide elicangcathiweyo ezingama-300; isihlangu ngasinye singamashekeli egolide elicangcathiweyo angama-300; inkosi yazibeka eNdlini Yehlathi eLebhanoni.


Imiqumbe yawo, namagatsha awo ayokuba yingxenye eyodwa nawo, konke kube ngumsebenzi owodwa ocangcathiwe wegolide elicwengekileyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ