Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:13 - IsiZulu 2020

13 Isisindo segolide elalilethwa kuSolomoni minyaka yonke lalingamathalenta angama-666 egolide,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Isisindo segolide elafika kuSolomoni iminyaka yonke sasingamatalenta* angamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesithupha egolide

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Isisindo segolide elatholwa nguSolomoni ngomnyaka owodwa sasingamatalenta angamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesithupha;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:13
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UHuramu wathumela kuye ngezinceku zakhe imikhumbi nezinceku ezazilujwayele ulwandle. Zahlangana nezinceku zikaSolomoni, zaya e-Ofiri, zalanda khona amathalenta angama-450 egolide, zawayisa enkosini uSolomoni.


Inkosi uSolomoni yanika indlovukazi yaseShebha konke ekufunayo neyakucelayo, ngaphandle kwalokho eyayikulethe enkosini. Yasuka yabuyela ezweni layo nezinceku zayo.


Ngenxa yethempeli lakho eJerusalema, amakhosi ayokulethela izipho.


Amakhosi aseTharishishi nawaseziqhingini ayakuletha izipho. Amakhosi aseShebha naseSebha ayoletha izipho.


Mayiphile, bayinike igolide laseShebha, bayithandazele njalo, bayibusise usuku lonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ