Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:12 - IsiZulu 2020

12 Inkosi uSolomoni yanika indlovukazi yaseShebha konke ekufunayo neyakucelayo, ngaphandle kwalokho eyayikulethe enkosini. Yasuka yabuyela ezweni layo nezinceku zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Inkosi uSolomoni yanika inkosikazi yaseSheba konke ekufunayo nekucelayo ngaphandle kwalokho ebikulethele inkosi. Yayisibuya, yaya ezweni layo, yona nezinceku zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Inkosi uSolomoni yanika indlovukazi yaseSheba konke ekufunayo, nakho konke ekucelile, ngaphandle kwalokho ekulethe enkosini. Wayesephenduka, waya ezweni lakubo, yena nezinceku zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:12
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi uSolomoni yanika indlovukazi yaseShebha konke eyayikufuna neyakucelayo, ngaphandle kwalokho uSolomoni ayeyinike khona ngokuphana kwenkosi. Yayisihamba, yabuyela ezweni lakubo, yona nezinceku zayo.


Inkosi yakha izikhwelo zendlu kaSimakade nezesigodlo ngemi-alimugi, yakha amahabhu, nezingubhu zabahlabeleli okungakaze kubonwe okunjengakho phambilini kwaJuda.


Isisindo segolide elalilethwa kuSolomoni minyaka yonke lalingamathalenta angama-666 egolide,


Makakuphe okufiswa yinhliziyo yakho, afeze zonke izinhloso zakho.


KuYena onamandla okwenza okukhulu kakhulu kunakho konke esikucelayo nesikuqondayo ngokwamandla asebenza kithi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ