Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:10 - IsiZulu 2020

10 Izinceku zikaHuramu nezinceku zikaSolomoni ezabuya negolide e-Ofiri, zaletha imi-alimugi namatshe ayigugu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Izinceku zikaHiramu nezinceku zikaSolomoni ezabuya negolide e-Ofiri zaletha imi-alimugi* namatshe ayigugu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Futhi izinceku zikaHiramu nezinceku zikaSolomoni, ezaletha igolide livela e-Ofiri, zaletha ama-alum namatshe ayigugu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:10
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kanjalo nemikhumbi kaHiramu eyayithwala igolide livela e-Ofiri, yaletha futhi imi-alimugi namatshe ayigugu kuvela e-Ofiri.


Imikhumbi yenkosi eyayiseTharishishi yayisolwandle nemikhumbi kaHiramu, ngakho-ke kwakuthi kanye eminyakeni emithathu, ifike imikhumbi yaseTharishishi ilethe igolide, isiliva, izimpondo zendlovu, izimfene, nezimpigogo.


“Ngithumelele futhi imisedari, imisayiphuresi, nemi-alimugi evela eLebhanoni, ngokuba ngiyazi ukuthi izinceku zakho ziyakwazi ukugawula imithi eLebhanoni. Izinceku zami ziyosebenza nezinceku zakho,


UHuramu wathumela kuye ngezinceku zakhe imikhumbi nezinceku ezazilujwayele ulwandle. Zahlangana nezinceku zikaSolomoni, zaya e-Ofiri, zalanda khona amathalenta angama-450 egolide, zawayisa enkosini uSolomoni.


Inkosi yakha izikhwelo zendlu kaSimakade nezesigodlo ngemi-alimugi, yakha amahabhu, nezingubhu zabahlabeleli okungakaze kubonwe okunjengakho phambilini kwaJuda.


Indlovukazi yaseShebha yanika inkosi amathalenta egolide ayi-120, amakha amaningi kakhulu, namatshe ayigugu; akukho omunye owake wanika inkosi uSolomoni amakha amaningi njengalawo awaphiwa yindlovukazi yaseShebha.


Unjengemikhumbi yabahwebi, ukudla kwakhe ukulanda kwelikude izwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ