Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 8:5 - IsiZulu 2020

5 Wakha iBhethi Horoni engenhla, neBhethi Horoni engezansi, imizi ebiyelweyo enezingange, amasango, nemigoqo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wakha neBeti Horoni laseNhla, neBeti Horoni laseNzansi, imizi ebiyelweyo enezingange, namasango, nemigoqo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wakha neBeti Horoni laseNhla neBeti Horoni lasezansi, imizi ebiyelweyo enezindonga, namasango, nemigoqo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 8:5
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni walakha kabusha iGezeri, iBhethi Horoni eZansi,


Indodakazi yakhe kwakunguSheyera owakha iBhethi Horoni eZansi naseNhla, ne-Uzeni Sheyera.


Wathi kubaJuda: “Masakhe le mizi, siyibiyele ngogange, kube nemibhoshongo, izivalo nemigoqo. Izwe kusengelethu, ngokuba simfunile uSimakade uNkulunkulu wethu; simfunile, Yena wasiphumuza nxazonke.” Base beyakha-ke baphumelela.


Wakha iThadimori ehlane, kwathi eHamathi wakha imizi eyizinqolobane.


Wakha neBhalathi, nayo yonke imizi eyizinqolobane. Yonke imizi yezinqola, imizi yabamahhashi, kwakungekaSolomoni, nakho konke ayefisa ukukwakha eJerusalema, eLebhanoni nakulo lonke izwe ayelibusa.


siqhubekele ezansi ngasentshonalanga esifundeni samaJafelethi, size siyofika endaweni esezansi eBhethi Horoni bese siya eGezeri; size sigcine olwandle.


Indawo yabozalo luka-Efrayimi ngokwemindeni yabo yama kanje: umngcele wesabelo sabo ngasempumalanga kwakuyi-Atharothi Adari kuze kuyofika enhla neBhethi Horoni,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ