Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 8:3 - IsiZulu 2020

3 USolomoni wahlasela iHamathi Zobha, walinqoba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 USolomoni waya eHamati Soba, walahlula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 USolomoni waya eHamati Zoba, wayinqoba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 8:3
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wamnqoba uHadadezeri, indodana kaRehobhe, inkosi yaseZobha, ngesikhathi ephumele ukuyobuyisa umbuso wakhe ngasemfuleni iYufrathe.


Ezinye izindaba zikaJerobhowamu, nakho konke akwenzayo, namandla akhe, nokulwa kwakhe, nokubuyisela kwakhe ku-Israyeli iDamaseku neHamathi elalingelakwaJuda, akulotshiwe yini encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwa-Israyeli na?


Iphi inkosi yaseHamathi, eyase-Ariphadi, eyomuzi iSafarivayimi, eHena, nase-Iva na?’ ”


UDavide wahlasela uHadadezeri, inkosi yaseZobha, ngaseHamathi, ngesikhathi ephumile ukuyoqinisa umbuso wakhe ngasemfuleni iYufrathe.


uSolomoni wakha kabusha imizi ayeyinikwe nguHuramu, wayesehlalisa kuyo abantu bakwa-Israyeli.


Wakha iThadimori ehlane, kwathi eHamathi wakha imizi eyizinqolobane.


Bahamba-ke, balihlola izwe kusukela ehlane iSini kuze kube seRehobhe ngasekungeneni eHamathi.


Ukusuka entabeni iHori anoziphawulela indlela eya eHamathi, umngcele uphume eZedadi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ