Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 8:18 - IsiZulu 2020

18 UHuramu wathumela kuye ngezinceku zakhe imikhumbi nezinceku ezazilujwayele ulwandle. Zahlangana nezinceku zikaSolomoni, zaya e-Ofiri, zalanda khona amathalenta angama-450 egolide, zawayisa enkosini uSolomoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 UHiramu wathuma kuye ngezandla zezinceku zakhe imikhumnbi nezinceku ezazilwazi ulwandle; zafika nezinceku zikaSolomoni e-Ofiri, zalanda khona amatalenta* angamakhulu amane namashumi ayisihlanu egolide, zawayisa enkosini uSolomoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 UHiramu wamthumelela imikhumbi ngesandla sezinceku zakhe nezinceku ezazilwazi ulwandle; bahamba nezinceku zikaSolomoni e-Ofiri, bathatha khona amatalenta angamakhulu amane namashumi ayisihlanu egolide, baliletha enkosini uSolomoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 8:18
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Imikhumbi yenkosi eyayiseTharishishi yayisolwandle nemikhumbi kaHiramu, ngakho-ke kwakuthi kanye eminyakeni emithathu, ifike imikhumbi yaseTharishishi ilethe igolide, isiliva, izimpondo zendlovu, izimfene, nezimpigogo.


Izinceku zikaHuramu nezinceku zikaSolomoni ezabuya negolide e-Ofiri, zaletha imi-alimugi namatshe ayigugu.


Isisindo segolide elalilethwa kuSolomoni minyaka yonke lalingamathalenta angama-666 egolide,


Inkosi uSolomoni yathumela imikhumbi yayo eTharishishi kanye nezinceku zikaHuramu. Kwakuthi kanye emuva kweminyaka emithathu, ifike imikhumbi yaseTharishishi ithwele igolide, isiliva, izimpondo zendlovu, izimfene, namapigogo.


Ngaziqongelelela isiliva, negolide, nengcebo yamakhosi neyezifundazwe. Ngaqoqa abahlabeleli besilisa nabesifazane, nalokho okuthokozisa amadodana abantu, nezancinza eziningi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ