Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 8:17 - IsiZulu 2020

17 USolomoni wayesesuka waya eZiyoni Gebheri nase-Elathi, ogwini lolwandle, kwa-Edomi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Khona uSolomoni waya e-Esiyoni Geberi, nase-Elito, ogwini lolwandle ezweni lakwa-Edomi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 USolomoni waya e-Eziyoni Geberi nase-Eloti ogwini lolwandle ezweni lakwa-Edomi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 8:17
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehoshafathi walungisa imikhumbi yaseTharishishi ukuba iye e-Ofiri ukuyolanda igolide, kodwa ayihambanga, ngokuba imikhumbi yephukela e-Eziyoni Gebheri.


Wakha kabusha i-Elathi, wayeselibuyisela kuJuda emva kokuba inkosi isingcwatshwe kokhokho bayo.


Ngaleso sikhathi uRezini, inkosi yase-Aramu, wabuyisela i-Elathi e-Aramu, wabaxosha abaJuda e-Elathi, kwase kufika ama-Aramu nabakwa-Edomi bahlala kulo kuze kube namuhla.


Wazihlanganisa nayo ukuze bakhe imikhumbi yokuya eTharishishi; babeyakhela e-Eziyoni Gebheri.


Wonke umsebenzi kaSolomoni wahlelwa kusukela osukwini okwabekwa ngalo isisekelo sendlu kaSimakade kwaze kwaba sekupheleni kwendlu kaSimakade.


Basuka e-Abhrona, bakanisa e-Esiyoni Gebheri.


“Sabe sesidlula kubafowethu bozalo luka-Esawu, abahlala eSeyiri, sayishiya indlela e-Araba, e-Elathi, nase-Eziyoni Gebheri. Saphenduka sadlula ngendlela esehlane kwaMowabi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ