2 iziKronike 8:15 - IsiZulu 202015 Kabazange baphambuke emiyalweni yenkosi, kubaphristi nakubaLevi, nakokuphathelene nengcebo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Abaphambukanga emiyalweni yenkosi kubapristi namaLevi ngalutho, nangengcebo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202415 Futhi abaphambukanga emyalezweni wenkosi kubapristi namaLevi nganoma iyiphi indaba noma ngengcebo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Njengokomthetho kayise uDavide, abaphristi wabamisa ngokwezigaba zabo enkonzweni, nabaLevi ezikhundleni zabo, ukuba badumise, bakhonze phambi kwabaphristi njengemfanelo imihla ngemihla. Abalindimasango nabo wabamisa ngezigaba zabo emasangweni; kulelo nakulelo sango, ngokuba uDavide, umuntu kaNkulunkulu, wayeyale ukuba kube kanjalo.