2 iziKronike 8:14 - IsiZulu 202014 Njengokomthetho kayise uDavide, abaphristi wabamisa ngokwezigaba zabo enkonzweni, nabaLevi ezikhundleni zabo, ukuba badumise, bakhonze phambi kwabaphristi njengemfanelo imihla ngemihla. Abalindimasango nabo wabamisa ngezigaba zabo emasangweni; kulelo nakulelo sango, ngokuba uDavide, umuntu kaNkulunkulu, wayeyale ukuba kube kanjalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Wamisa njengomthetho kaDavide uyise izigaba zabapristi enkonzweni yabo, namaLevi ezikhundleni zawo ukuba adumise, akhonze phambi kwabapristi njengokudingekayo imihla ngemihla, nabalindisango ngezigaba zabo emasangweni ngamasango, ngokuba uDavide umuntu kaNkulunkulu wayeyale kanjalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Njengesimiso sikayise uDavide, wamisa izigaba zabapristi enkonzweni yabo, namaLevi ezikhulwini zabo ukuba badumise, bakhonze phambi kwabapristi njengenkonzo yezinsuku zonke, nabalindisango ngokwenkonzo yabo isevisi. Emigwaqweni kuwo onke amasango, ngokuba wamyala kanjalo uDavide umuntu kaNkulunkulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |