2 iziKronike 8:13 - IsiZulu 202013 njengalokhu kufanele, imihla ngemihla. Wayenikela njengokomyalo kaMose, ngamasabatha, ngokwethwasa kwenyanga, nangemikhosi emisiweyo. Wayenikela kathathu ngonyaka: ngomkhosi wesinkwa esingenamvubelo, ngomkhosi wamasonto, nangomkhosi wamadokodo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 njengokudingekayo imihla ngemihla, enikela njengemiyalo kaMose ngamasabatha, nangokwethwasa kwenyanga, nangemikhosi emisiweyo, kathathu ngomnyaka: ngomkhosi wesinkwa esingenamvubelo, nangomkhosi wamasonto, nangomkhosi wamadokodo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202413 yebo ngokwesilinganiso esithile izinsuku zonke, umnikelo womyalo kaMose, ngamasabatha, nokuthwasa kwenyanga, nangemikhosi, kathathu ngomnyaka, ngomkhosi wesinkwa esingenamvubelo nangomkhosi. Lamasonto, nangomkhosi wamadokodo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kuyakuba ngumsebenzi wesikhulu ukunikela ngeminikelo yokushiswa, iminikelo yokusanhlamvu, iminikelo yokuphuzwayo emikhosini, ekwethwaseni kwenyanga nangamasabatha, emikhosini yonke emisiweyo yendlu yakwa-Israyeli. Isikhulu siyakuletha umnikelo wesono, umnikelo wokusanhlamvu, umnikelo wokushiswa neminikelo yokuthula, ukuba kwenzelwe indlu yakwa-Israyeli ukubuyisana.