Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 8:10 - IsiZulu 2020

10 Labo ababeyizikhulu ezinkulu zenkosi uSolomoni babengama-250, bephethe abantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Lezo zaziyizinduna ezinkulu zenkosi uSolomoni; zazingamakhulu amabili namashumi ayisihlanu, zazibusa phezu kwabantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Izinduna zababonisi benkosi uSolomoni zazingamakhulu amabili namashumi ayisihlanu, ezazibusa phezu kwabantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 8:10
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ngaphandle kwezinduna ezinkulu zikaSolomoni ezaziphethe umsebenzi, eziyizi-3 300 ezazengamele abantu ababesebenza.


Bona babeyizinduna ezinkulu ezazengamele umsebenzi kaSolomoni ezazingama-550, ziphethe abantu ababesebenza.


Wabeka kubo abayizi-70 000 ukuba bathwale imithwalo, abayizi-80 000 ukuba babe ngababazi bamatshe ezintabeni, nabayizi-3 600 ukuba bengamele abantu abasebenzayo.


USolomoni wakhuphula indodakazi kaFaro emzini kaDavide, wayiyisa endlini ayakhela yona, ngokuba wathi: “Umkami akanakuhlala endlini kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli, ngokuba ingcwele, kulapho kwafikela khona umphongolo kaSimakade.”


Kepha uSolomoni akabenzanga abantu bakwa-Israyeli izigqila ezenza umsebenzi wakhe, kodwa babengamabutho, bengabakhuzi bempi beyizikhulu zakhe, nezinduna zezinqola zakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ