Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 7:8 - IsiZulu 2020

8 Ngaleso sikhathi uSolomoni wagubha umkhosi izinsuku eziyisikhombisa, wonke u-Israyeli enaye, eyibandla elikhulu kakhulu, kusukela eLebo Hamathi kuze kube semfuleni eGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 USolomoni wagubha-ke umkhosi ngaleso sikhathi izinsuku eziyisikhombisa, wonke u-Israyeli enaye, ibandla elikhulu kakhulu, kusukela ekuyeni eHamati kuze kube semfuleni waseGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 USolomoni wagubha umkhosi ngaleso sikhathi izinsuku eziyisikhombisa, no-Israyeli wonke kanye naye, ibandla elikhulu kakhulu, kusukela ekuyeni eHamati kuze kube semfuleni waseGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 7:8
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalolo lusuku uSimakade wenza isivumelwano no-Abhrama, wathi: “Ngiyakulinika inzalo yakho leli lizwe, kusukela emfuleni oseGibhithe kuze kube semfuleni omkhulu iYufrathe:


Wonke amadoda akwa-Israyeli abuthana enkosini uSolomoni ngomkhosi ka-Ethanimi ngenyanga yesikhombisa.


USolomoni wawugubha-ke umkhosi ngaleso sikhathi naye wonke u-Israyeli enaye, ibandla elikhulu, kusukela eLebho Hamathi kuze kube semfuleni eGibhithe, ngaphambi kukaSimakade uNkulunkulu wethu, izinsuku eziyisikhombisa nezinsuku eziyisikhombisa, okungukuthi izinsuku ezili-14.


Abantu abaningi babuthana eJerusalema ukuba bagcine umkhosi wesinkwa esingenamvubelo ngenyanga yesibili; kwakuyibandla elikhulu kakhulu.


Kwakukhona ukuthokoza okukhulu eJerusalema, ngokuba kusukela ngesikhathi sikaSolomoni, indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli, akukaze kube khona ukujabula okunjalo eJerusalema.


Wonke amadoda akwa-Israyeli ahlangana enkosini, emkhosini owawungenyanga yesikhombisa.


“ ‘Kuyakuthi ngenyanga yesikhombisa, ngosuku lwe-15 enyangeni yomkhosi, isikhulu siyakunikela njengoba senzile ngezinsuku eziyisikhombisa, kube ngumnikelo wesono, umnikelo wokushiswa, umnikelo wokusanhlamvu, namafutha.’ ”


“Uhlangothi olusentshonalanga luyakuba luLwandle Olukhulu, kusukela emngceleni kuze kuqondane neLebo Hamathi. Lolu wuhlangothi olusentshonalanga.


“Niyabona-ke, ngiyakunivusela isizwe nina ndlu ka-Israyeli, esiyakunicindezela kusukela ekungeneni eHamathi kuze kube sesigodini i-Araba,” kusho uSimakade uNkulunkulu Wamabandla.


Wawususondele uMkhosi wabaJuda wamaDokodo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ