2 iziKronike 7:2 - IsiZulu 20202 Abaphristi abakwazanga ukungena endlini kaSimakade, ngokuba inkazimulo kaSimakade yayiyigcwalisile indlu kaSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Abapristi babengenakungena endlini kaJehova, ngokuba inkazimulo kaJehova yagcwalisa indlu kaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20242 Abapristi babengenakungena endlini kaJehova, ngokuba inkazimulo kaJehova yayigcwele indlu kaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kwakungumsebenzi walabo ababephethe amacilongo nabahlabeleli ukuba bezwakalise kanyekanye, ngazwi linye, indumiso nokubonga kuSimakade. Ngesikhathi bezwakalisa indumiso ngamacilongo, amasimbali, nangazo zonke izinto zokudumisa, babedumisa uSimakade ngokuba emuhle, umusa wakhe umi phakade; indlu yagcwaliswa yifu, indlu kaSimakade.