2 iziKronike 7:10 - IsiZulu 202010 Ngosuku lwama-23 lwenyanga yesikhombisa, uSolomoni wabamukisa abantu ukuba baphindele emathendeni abo. Babethokoza benezinhliziyo ezenamileyo ngobuhle uSimakade ayebenzele uDavide, uSolomoni no-Israyeli abantu bakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Ngosuku lwamashumi amabili nantathu lwenyanga yesikhombisa wabamukisa abantu baya ematendeni abo, bethokoza benezinhliziyo ezenamileyo ngobuhle uJehova abenzele oDavide noSolomoni no-Israyeli abantu bakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202410 Ngosuku lwamashumi amabili nantathu lwenyanga yesikhombisa wabamukisa abantu ematendeni abo bejabule futhi bejabule enhliziyweni ngenxa yobuhle uJehova ayebenzele uDavide noSolomoni nakubantu bakhe u-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Uyokwenama phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakho, wena nendodana yakho, indodakazi yakho, inceku yakho, incekukazi yakho, umLevi ohlala emzini wakho, umfokazi, intandane, nomfelokazi ohlala phakathi kwenu, uyokwenza lokhu endaweni uSimakade uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha ukuba igama lakhe lihlale khona.