Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 6:4 - IsiZulu 2020

4 Yathi: “Makabongwe uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli owakhuluma ngomlomo wakhe kuDavide, ubaba, ukugcwalisile ngesandla sakhe, ethi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Yathi: “Makabongwe uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli owakhuluma ngomlomo wakhe kuDavide ubaba, ukugcwalisile ngesandla sakhe, ethi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wathi: “Makabongwe uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli owagcwalisa ngezandla zakhe lokho akukhuluma ngomlomo wakhe kuDavide ubaba, ethi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 6:4
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yathi: “Makabongwe uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, owakhuluma ngomlomo wakhe kuDavide, ubaba, ukufezile lokhu ngesandla sakhe, ethi:


Nguye oyakungakhela indlu, ngiyakusiqinisa isihlalo sakhe sobukhosi, kuze kube phakade.


UDavide wayesemdumisa uSimakade phambi kwebandla lonke, wathi: “Mawubongwe Simakade Nkulunkulu ka-Israyeli, ubaba, kuze kube phakade.


UDavide wathi kulo lonke ibandla: “Ake nibonge uSimakade uNkulunkulu wenu.” Lonke ibandla lambonga uSimakade uNkulunkulu wokhokho babo, lakhothama, lakhuleka kuSimakade nasenkosini.


ogcine nenceku yakho uDavide, ubaba, lokho owakusho kuyo, yebo, owakukhuluma ngomlomo wakho ukufezile ngesandla sakho namuhla.


“Ngakho-ke Simakade Nkulunkulu ka-Israyeli, maliqiniswe izwi lakho owalikhuluma encekwini yakho, uDavide.


Inkosi yayisiphenduka, yabusisa lonke ibandla lakwa-Israyeli, lonke ibandla lakwa-Israyeli lalimi.


‘Kusukela osukwini engakhipha ngalo abantu bami u-Israyeli eGibhithe angikhethanga muzi ezizwaneni zonke zakwa-Israyeli ukwakha indlu ukuba igama lami libe khona lapho, futhi angikhethanga muntu ukuba abe ngumbusi wabantu bami u-Israyeli,


U-Ezra wamdumisa uSimakade uNkulunkulu, bonke abantu baphendula, bathi: “Amen! Amen,” bephakamise izandla zabo, bakhothama, bathi mbo ngobuso emhlabathini, bakhuleka kuNkulunkulu.


Makabongwe uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, kusukela phakade kuze kube phakade. Amen, Amen.


Hubelani uNkulunkulu, nidumise igama lakhe, lowo ogibela amafu, nimenzele indlela, igama lakhe nguSimakade, yethabani phambi kwakhe.


Izulu nomhlaba kuyakudlula, kodwa amazwi ami awasoze adlula.


Makabongwe uNkulunkulu uYise weNkosi yethu uJesu Khristu, osibusisile ezulwini kuKhristu ngaso sonke isibusiso sokomoya;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ