Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 6:39 - IsiZulu 2020

39 mawuzwe umkhuleko wabo nokunxusa kwabo usezulwini, indawo yakho yokuhlala, uyimele indaba yabo, ubathethelele abantu bakho abonileyo kuwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 mawuzwe wena ezulwini, indawo yakho yokuhlala, umkhuleko wabo nokunxusa kwabo, ubavume, uthethelele abantu bakho abonile kuwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Yizwa usemazulwini, yebo, usendaweni yakho yokuhlala, umkhuleko wabo nokunxusa kwabo, ubamele indaba yabo, uthethelele abantu bakho abonile kuwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 6:39
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka ukuhlupheka kwami nosizi lwami, ungithethelele zonke izono zami.


mawuzwe Wena usezulwini umkhuleko wabo nokunxusa kwabo, uyimele indaba yabo.


“Uma bephendukela kuwe ngayo yonke inhliziyo yabo, nangawo wonke umphefumulo wabo besezweni abathunjelwe kulo, bakhuleke kuwe bebheke ngasezweni lakubo owalinika okhokho babo, nomuzi owukhethileyo, nendlu engiyakhele igama lakho,


“Ngakho-ke Nkulunkulu wami, amehlo akho mawabheke, nezindlebe zakho zilalele umkhuleko owenziwa kule ndawo.


Ubusisiwe okhethwe nguwe, wamsondeza ukuba ahlale emagcekeni akho. Siyosuthiswa ngokuhle okuvela endlini yakho, ithempeli lakho elingcwele.


Uyihoxisile yonke intukuthelo yakho, waphenduka ekuvutheni kolaka lwakho.


Kepha umkhululi wabo unamandla, nguSimakade Wamabandla igama lakhe; uyakuyimela nokuyimela indaba yabo, ukuba aphumuze umhlaba, kodwa bangabi nakuthula abakhileyo eBhabhele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ