Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 6:34 - IsiZulu 2020

34 “Uma abantu bakho bephuma impi ukuyokulwa nezitha zabo ngendlela obathuma ngayo, bese bekhuleka kuwe bebheke kulo muzi owukhethileyo nale ndlu engiyakhele iGama lakho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 “Uma abantu bakho bephuma impi ukulwa nezitha zabo ngendlela obathuma ngayo, bese bekhuleka kuJehova bebhekene nalo muzi owukhethileyo nale ndlu engiyakhele igama lakho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Uma abantu bakho bephuma ukulwa nezitha zabo endleleni oyakubathuma ngayo, bakhuleke kuwe bebheke kulo muzi owukhethileyo, nasendlini engiyakhele igama lakho;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 6:34
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngikwakhele nokukwakhela indlu yokuhlala, indawo oyakuhlala kuyo kuze kube phakade.”


Kwathi lapho izinduna zezinqola zimbona uJehoshafathi, zathi: “Lo yinkosi yakwa-Israyeli.” Zaphambuka ukuba zilwe nayo, kepha uJehoshafathi wamemeza, uSimakade wamsiza. UNkulunkulu wabasusa kuye.


UJuda wabuthana ukuba acele usizo kuSimakade. Baphuma kuyo yonke imizi yakwaJuda ukuzofuna uSimakade.


mawuzwe Wena usezulwini, indawo yakho yokuhlala, wenze njengakho konke ukukhala owezizwe akhala ngakho kuwe, ukuze bonke abantu bomhlaba balazi iGama lakho, bakwesabe Wena njengabantu bakho, u-Israyeli, nokuba bazi futhi ukuthi le ndlu engiyakhileyo ibizwe ngeGama lakho.


mawuzwe Wena usezulwini umkhuleko wabo nokunxusa kwabo, uyimele indaba yabo.


kodwa ngilikhethile iJerusalema ukuba igama lami libe lapho, ngimkhethile noDavide ukuba abe phezu kwabantu bami, u-Israyeli.’


Ziyophendulwa ngokuthini izithunywa zesizwe na? Kuyothiwa nguSimakade omisele abahluphekileyo babantu bakhe iZiyoni, ukuba bayophephela kulo.


Kwathi lapho uDaniyeli esazi ukuthi umbhalo ulotshiwe, wangena endlini yakhe, amafasitela ayesekamelweni lakhe eliphezulu ayevulekele ngaseJerusalema, waguqa ngamadolo kathathu ngosuku, wakhuleka, wabonga uNkulunkulu wakhe, njengalokho ayenzile kuqala.


USimakade wakuthuma wakuyala, wathi: ‘Hamba uyobhubhisa izoni, ama-Amaleki, ulwe nawo uze uwaqede nya.’


Manje hamba, unqobe u-Amaleki, ushaye icole kukho konke okungokwakhe, ungamhawukeli, kodwa uqothe imbokodo nesisekelo kwabesilisa, abesifazane, izingane, nabantwana abasancela, izinkabi, izimvu, amakameli nezimbongolo.’ ”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ