Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 6:25 - IsiZulu 2020

25 mawuzwe wena usezulwini, uthethelele isono sabantu bakho, u-Israyeli, ubabuyisele ezweni owalinika bona nokhokho babo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 mawuzwe wena ezulwini, uthethelele isono sabantu bakho u-Israyeli, ubabuyisele ezweni owalinika bona nawoyise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Yizwa usezulwini, uthethelele isono sabantu bakho u-Israyeli, ubabuyisele ezweni owabanika lona kanye nawoyise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 6:25
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ngokuba lonke leli lizwe olibonayo ngizokunika lona; wena nezizukulwane zakho, kuze kube phakade.


“Uma abantu bakho, u-Israyeli, benqotshwa yisitha ngenxa yokuba bonile kuwe, bese bephenduka bebuyela kuwe, bavume igama lakho, bakhuleke, banxuse kuwe bekule ndlu,


“Lapho izulu livaliwe, kungekho mvula, ngenxa yokuba bonile kuwe, bese bekhuleka bebheke kule ndawo, bavume igama lakho, baphenduke esonweni sabo, ngoba uyabajezisa,


Ngiyakuniyisa ezweni engafunga ukulinika u-Abhrahama, u-Isaka, noJakobe; ngiyakuninika lona libe yifa lenu. NginguSimakade.’ ”


USimakade wamnika kanjalo u-Israyeli lonke izwe ayefunge kokhokho bakhe ukuthi uzobanika lona; sebelidlile laba yisabelo sabo, bahlala kulo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ