Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 6:2 - IsiZulu 2020

2 Kepha mina ngikwakhele indlu yokuphakama kwakho, indawo oyakuhlala kuyo kuze kube phakade.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kepha ngikwakhele indlu yokuhlala, indawo yokuhlala kwakho kuze kube phakade.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kodwa ngikwakhele indlu nendawo yokuhlala kuze kube phakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 6:2
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nguye oyakukwakhela iGama lami indlu; ngiyakusiqinisa isihlalo sombuso wakhe kuze kube phakade.


Ngikwakhele nokukwakhela indlu yokuhlala, indawo oyakuhlala kuyo kuze kube phakade.”


Nguye oyakungakhela indlu, ngiyakusiqinisa isihlalo sakhe sobukhosi, kuze kube phakade.


UDavide wayesethi kuSolomoni, indodana yakhe: “Qina, ume isibindi, wenze lokhu. Ungesabi, ungabi naluvalo, ngokuba uSimakade uNkulunkulu, yebo, uNkulunkulu wami, unawe. Akayukukuyeka, akayukukushiya, uze uphele wonke umsebenzi wokwakha le ndlu kaSimakade.


Wathi kimi: ‘USolomoni, indodana yakho, nguye oyakwakha indlu yami namagceke ami, ngokuba ngimkhethile ukuba abe yindodana yami, mina ngibe nguyise.


Kepha umphongolo kaNkulunkulu ayewukhuphulile uDavide eKiriyathi Jeharimi, wayiswa ethendeni uDavide ayelimisele wona, eJerusalema.


Khona uSolomoni wakhuluma, wathi: “USimakade ushilo ukuthi uyakuhlala esigayegayeni.


Inkosi yayisiphenduka, yabusisa lonke ibandla lakwa-Israyeli, lonke ibandla lakwa-Israyeli lalimi.


nokuhambisa isiliva negolide inkosi nabeluleki bayo abalinikele ngesihle kuNkulunkulu ka-Israyeli, ondlu yakhe iseJerusalema;


nithathe nalo lonke isiliva negolide eniyokufumana esifundazweni sonke eBhabhele, neminikelo yesihle yabantu neyabaphristi, abayinikela ngesihle endlini kaNkulunkulu wabo eJerusalema.


ngingakamtholeli uSimakade indawo, indlu yonguMninimandla kaJakobe.”


USimakade makabongwe eZiyoni, yena owakhe eJerusalema. Haleluya!


Isikhulu siyakuba nabo lapho bengena; kuthi uma sebephuma, siphume nabo.


Ngase ngizwa izwi elikhulu livela esihlalweni sobukhosi, lithi: “Ithabanakeli likaNkulunkulu likubantu, uyakuhlala nabo, babe ngabantu bakhe, Yena abe nguNkulunkulu wabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ