Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 6:19 - IsiZulu 2020

19 Wubheke umkhuleko wenceku yakho nokunxusa kwayo, Simakade Nkulunkulu wami, uzwe ukukhala kokunxusa nomkhuleko inceku yakho ekukhuleka phambi kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Mawubheke umkhuleko wenceku yakho nokunxusa kwayo, Jehova Nkulunkulu wami, uzwe ukukhala nokukhuleka, inceku yakho ekukhuleka phambi kwakho namuhla,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Bheka-ke umkhuleko wenceku yakho nokunxusa kwayo, Jehova Nkulunkulu wami, ukuba uzwe ukukhala nomkhuleko inceku yakho ewukhulekayo phambi kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 6:19
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mawulalele umkhuleko wenceku yakho nokunxusa kwayo, Simakade Nkulunkulu wami, kuzwe ukukhala nokukhuleka inceku yakho ekukhuleka phambi kwakho namuhla,


“Ngabe uNkulunkulu uyakuhlala impela nabantu emhlabeni na? Izulu namazulu amazulu angekwanele; pho kakhulu kangakanani le ndlu engiyakhileyo na?


Amehlo akho mawayibheke le ndlu ubusuku nemini, indawo owakhuluma ngayo ukuthi uyakubeka khona igama lakho, uze ulalele umkhuleko inceku yakho eyakuwukhuleka kule ndawo.


Nkosi, yizwa izwi lami; izindlebe zakho mazilalele izwi lokunxusa kwami.


Ngiphendule lapho ngikhala, Nkulunkulu ongukulunga kwami. Ekucindezelweni wangenzela indawo ebanzi; yiba nomusa kimi, uzwe umkhuleko wami.


Khumbula isivumelwano, ngokuba izindawo zezwe ezimnyama, zigcwele izindlu zobudlova.


“Angiceleli laba bodwa, kepha nalabo abakholwa yimi ngezwi labo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ