2 iziKronike 6:18 - IsiZulu 202018 “Ngabe uNkulunkulu uyakuhlala impela nabantu emhlabeni na? Izulu namazulu amazulu angekwanele; pho kakhulu kangakanani le ndlu engiyakhileyo na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 “Kepha uNkulunkulu uyakuhlala impela nabantu emhlabeni na? Bheka, izulu nezulu lamazulu alinakukwanela; pho, kakhulu kangakanani le ndlu encane engiyakhileyo na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202418 Kodwa ingabe ngempela uNkulunkulu uyohlala nabantu emhlabeni? bheka, izulu nezulu lamazulu alinakukwanela; kakhulu kangakanani le ndlu engiyakhileyo! အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngakho-ke ningamvumeli uHezekiya anikhohlise, aniyenge ngale ndlela; ningakholwa nguye, ngokuba akuzange kube khona nkulunkulu kunoma yisiphi isizwe nombuso owaba namandla okusindisa abantu bakhe esandleni sami, nasesandleni sobaba. Nina-ke nicabanga ukuthi owenu uNkulunkulu anganisindisa esandleni sami na?”