Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 5:1 - IsiZulu 2020

1 Wonke umsebenzi uSolomoni ayewenza endlini kaSimakade waphothulwa. USolomoni wayesengenisa zonke izinto ezingcwele zikaDavide, uyise; igolide, isiliva nazo zonke izitsha, wakubeka engcebeni yendlu kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Wawusuphela-ke wonke umsebenzi uSolomoni awenzela indlu kaJehova. USolomoni wangenisa izinto ezazingcweliswe nguDavide uyise, kanye nesiliva negolide, nazo zonke izitsha, wakubeka engcebeni yendlu kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wase waphela wonke umsebenzi uSolomoni awenzela indlu yeNKOSI; uSolomoni wasengenisa konke uDavida uyise ayekungcwelisile; isiliva negolide nazo zonke izitsha wakubeka phansi kwengcebo yendlu kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 5:1
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nalezo, inkosi uDavide yazehlukanisela uSimakade nesiliva negolide eyayilehlukanisile livela ezizweni zonke eyayizinqobile:


Wazibeka izinqe eziyisihlanu eceleni ngakwesokunene sendlu, neziyisihlanu eceleni ngakwesokhohlo sendlu; wabeka ulwandle eceleni ngakwesokunene sendlu ngasempumalanga yangaseningizimu.


Sewuphelile wonke umsebenzi inkosi uSolomoni eyawenza endlini kaSimakade, uSolomoni wangenisa izinto ezingcwele zikayise uDavide, isiliva, igolide nezitsha, wakubeka engcebeni yendlu kaSimakade.


Inkosi uDavide wazingcwelisa nalezi zitsha kuSimakade, nesiliva negolide ayekudle ezizweni zonke zakwa-Edomi, kwaMowabi, nakubantu bakwa-Amoni, nakumaFilisti nakuma-Amaleki.


“Uyabona, ekuhluphekeni kwami, ngiyilungiselele indlu kaSimakade: amathalenta egolide ayizi-100 000, amathalenta esiliva ayizi-100 000, ithusi nensimbi okungenakulinganiswa ngenxa yobuningi bakho; ngilungise nemithi namatshe, wena-ke usuyokwenezela kukho.


Izizenze, izitsha, izinkezo nemicengezi yomlilo kwenziwe ngegolide elicwengekileyo. Iminyango yendlu, izivalo zayo ezingaphakathi endaweni engcwelengcwele, nezivalo zendlu yethempeli kwakuligolide.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ