Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:9 - IsiZulu 2020

9 Wenza igceke labaphristi, igceke elikhulu, iminyango yegceke, nezivalo zayo wazemboza ngethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wenza igceke labapristi, negceke elikhulu, neminyango yegceke, wazinameka izivalo zayo ngethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wenza negceke labapristi, negceke elikhulu, neminyango yegceke, wayinameka iminyango yakhona ngethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:9
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wakha igceke elingaphakathi ngezinhla ezintathu zamatshe abaziweyo, nohla lwemishayo yemisedari.


Igceke elikhulu lalizungezwe yimigqa emithathu yamatshe abaziweyo, nomugqa wemishayo yomsedari, njengalokhu kwakwenziwe egcekeni lendlu kaSimakade elingaphakathi nasemphemenigumbi wendlu.


Wakhela lonke ibandla lasezulwini ama-althare emagcekeni amabili endlu kaSimakade.


Emagcekeni omabili endlu kaSimakade, wakhela lonke ibandla lasezulwini ama-althare.


“Uyokwenza igceke lethabanakeli. Ngaseningizimu yegceke kube khona amakhethini elineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, ubude bawo bube ngamakhubhithi ayikhulu ohlangothini ngalunye;


Kwathi lapho eseqedile ukulinganisa indlu engaphakathi, wangikhipha ngendlela yesango elalingasempumalanga, walinganisa nxazonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ