Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:3 - IsiZulu 2020

3 Phansi kwalo kwakunokufana nezintangazane kuluzungezile, kungamakhubhithi alishumi, nxazonke. Izintangazane zazisezinhleni zombili zolwandle, zibunjelwe kulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Phansi kwalo kwakukhona okufana nezintangazane nxazonke ezaluzungeza izingalo eziyishumi nxazonke; izintangazane zazisezinhleni ezimbili nxazonke zolwandle, zibunjiwe ekubunjweni kwalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Phansi kwalo kwakukhona okufana nezinkabi nxazonke zalo, izingalo eziyishumi zizungeza ulwandle nxazonke. Kwabunjwa izinhlu ezimbili zezinkabi ekubunjweni kwalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:3
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza nolwandle olubunjiweyo: kusukela kulolu dini kuya kolunye udini luyisiyingilizi; lungamakhubhithi alishumi, ukuphakama kwalo kungamakhubhithi ayisihlanu. Lalizungezwe ngomucu ongamakhubhithi angama-30.


Lwalumi phezu kwezinkabi ezilishumi nambili, ezintathu zibheke ngasenyakatho, ezintathu zibheke ngasentshonalanga, ezintathu zibheke ngaseningizimu, ezintathu zibheke ngasempumalanga; ulwandle lwalumiswe phezu kwazo, zonke zifulathelene.


Isimo sobuso bazo sasifana nobuso bomuntu, zozine zinobuso bengonyama ngakwesokunene, obenkomo ngakwesokhohlo, nobuso bokhozi.


Yilelo nalelo lalinobuso obune: ubuso bokuqala kungubuso bekherubhi, obesibili kungubuso bomuntu, obesithathu kungubuso bengonyama, obesine kungubuso bokhozi.


Niyakuhamba niwuzungeze kanye umuzi. Uyakukwenza lokhu izinsuku eziyisithupha,


Isidalwa sokuqala sasifana nengonyama, esesibili sifana nethole, esesithathu sinobuso obunjengobomuntu, nesesine sinjengokhozi olundizayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ