Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:21 - IsiZulu 2020

21 Izimbali zezibani, nezindlawu kwenziwe ngegolide, igolide elicwengekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 nezimbali, nezibani, nezindlawu, ngegolide, igolide elipheleleyo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Izimbali nezibani nezindlawu kwakungokwegolide, igolide elicolekileyo kakhulu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:21
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwakungumsedari ngaphakathi endlini, kubaziwe kwaba ngumfanekiso wezintangazane nezimbali eziqhakazileyo; konke kwakungumsedari, akubonakalanga tshe khona.


Wafekethisa zonke izindonga zendlu nxazonke ngezithombe zamakherubhi ezibaziweyo, ngamasundu, nangezimbali eziqhakazileyo, ngaphakathi nangaphandle.


Wazifekethisa ngamakherubhi, ngamasundu, nangezimbali eziqhakazileyo, wanameka ngegolide kukho konke okubaziweyo.


izinti zezibani nezibani zazo ukuze zivuthe njengokubalula komthetho, phambi kwegumbi elingaphakathi, kwenziwe ngegolide elicwengekileyo.


Izizenze, izitsha, izinkezo nemicengezi yomlilo kwenziwe ngegolide elicwengekileyo. Iminyango yendlu, izivalo zayo ezingaphakathi endaweni engcwelengcwele, nezivalo zendlu yethempeli kwakuligolide.


Uhlonze lwalo lwalungangobubanzi besandla; udini lwalo lwalwenziwe njengodini lwendebe, lunjengembali yomnduze; lumumatha okulingene namabhati ayizi-3 000.


Othini lwesibani kwakukhona izindebe ezine ezazimise okwembali yomu-alimondi, zinemidumba nembali.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ