Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:2 - IsiZulu 2020

2 Wenza nolwandle olubunjiweyo: kusukela kulolu dini kuya kolunye udini luyisiyingilizi; lungamakhubhithi alishumi, ukuphakama kwalo kungamakhubhithi ayisihlanu. Lalizungezwe ngomucu ongamakhubhithi angama-30.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wenza nolwandle olubunjiweyo; lwaluyizingalo eziyishumi kusukela kolunye udini kuze kufike kolunye, lwaluyisiyingilizi; ukuphakama kwalo kwakuyizingalo eziyisihlanu; umucu oyizingalo ezingamashumi amathathu waluzungeza nxazonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wenza nolwandle olubunjiweyo; lwaluyizingalo eziyishumi ukusuka onqenqemeni kuze kube sekugcineni, luzungeze nxazonke, nezingalo eziyisihlanu ukuphakama; umucu oyizingalo ezingamashumi amathathu wawudwengula inhlangothi zonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:2
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinsika zethusi ezazisendlini kaSimakade, izinqe zolwandle lwethusi okwakusendlini kaSimakade, akuhlephula amaKhaledi, alithwala ithusi aya nalo eBhabhele.


UDavide wathatha ithusi eliningi kakhulu eThibhahathi naseKhuni, imizi kaHadadezeri, uSolomoni enza ngalo ulwandle lwethusi nezinsika nezitsha zethusi.


Phansi kwalo kwakunokufana nezintangazane kuluzungezile, kungamakhubhithi alishumi, nxazonke. Izintangazane zazisezinhleni zombili zolwandle, zibunjelwe kulo.


Wenza zonke izimpahla ze-althare; amabhodwe, amafosholo, imicengezi, izimfologo nemicengezi yomlilo, konke wakwenza ngethusi.


Wenza umcengezi nesinqe sawo ngethusi lezibuko zabesifazane ababesebenza emnyango wethende lokuhlangana.


Ngalolo lusuku kuyakuvulwa umthombo oyakuhlanza izono nokungcola kwendlu kaDavide nabakhileyo eJerusalema.


wasisindisa; hhayi ngemisebenzi yokulunga esayenza, kodwa ngokwesihawu sakhe, ngokugezwa kokuphindu kuzalwa, ngokuba senziwe basha ngoMoya oNgcwele,


Ngase ngithi kulo: “Nkosi yami, nguwena owaziyo.” Lase lithi kimi: “Laba yibo abaphuma osizini olukhulu, bahlanza izingubo zabo, bazenza zaba mhlophe egazini leWundlu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ