Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:18 - IsiZulu 2020

18 USolomoni wenza yonke leyo mpahla eyayiningi kakhulu kangangoba isisindo sethusi sasingenakulinganiswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 USolomoni wazenza zonke lezo zinto, zaziningi kangako ukuba isisindo sethusi sasingenakutholwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 USolomoni wazenza zonke lezo zitsha zaba ziningi kakhulu, ngokuba isisindo sethusi sasingenakulinganiswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:18
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni waziyeka zonke izinto zingalinganiswanga ngenxa yobuningi bazo obukhulu kakhulu; nesisindo sethusi okwakungekho okokusikala.


“Uyabona, ekuhluphekeni kwami, ngiyilungiselele indlu kaSimakade: amathalenta egolide ayizi-100 000, amathalenta esiliva ayizi-100 000, ithusi nensimbi okungenakulinganiswa ngenxa yobuningi bakho; ngilungise nemithi namatshe, wena-ke usuyokwenezela kukho.


UDavide waqokelela nensimbi eningi yokwenza izipikili zeminyango nezamasango nezokuhlanganisa ithusi eliningi elisisindo salo singenakulinganiswa,


Inkosi yayikwenzela esigodini eJordani, emhlabathini oyibumba ophakathi kweSukhothi neZereda.


Izinsika zombili, ulwandle olwalulunye nje luhlangene nezinkabi ezili-12 zethusi ezaziphansi kwalo, inkosi uSolomoni eyayikwenzele indlu kaSimakade, ithusi lakho konke lokho lalingenakulinganiswa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ