Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:16 - IsiZulu 2020

16 Wenza amabhodwe, amafosholo, izingwegwe zenyama, nazo zonke izimpahla uHuramu Abhi akwenzela inkosi uSolomoni ngethusi elikhazimulayo, kwaba ngokwendlu kaSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Namakhanzi, namafosholo, nezingwegwe zenyama, nezinto zonke zalokho uHiramu Abi wakwenzela inkosi uSolomoni ngethusi elikhazimulayo kube ngokwendlu kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Amakhanzi, namafosholo, nezingwegwe, nazo zonke izinto zakhona uHiramu uyise wazenzela inkosi uSolomoni, kube yindlu kaJehova ngethusi elikhazimulayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:16
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

amabhodwe, amafosholo, nezitsha. Zonke lezi zinto uHiramu azenzela inkosi uSolomoni endlini kaSimakade, zazenziwe ngethusi elicwebezelisiweyo.


Amabhodwe, izimfologo, izizenze, izinkezo, nezitsha zethusi, ababekhonza ngakho, akuthatha.


UDavide wathatha ithusi eliningi kakhulu eThibhahathi naseKhuni, imizi kaHadadezeri, uSolomoni enza ngalo ulwandle lwethusi nezinsika nezitsha zethusi.


Izingwegwe zenyama, izinkamba, izitsha zegolide elicwengekileyo, zonke izindebe zegolide, isisindo saleso naleso sitsha.


“Manje ngikuthumelela umuntu ohlakaniphileyo nonolwazi, uHuramu Abhi,


UHuramu wenza amabhodwe, amafosholo, nezitsha. UHuramu wawuqeda umsebenzi ayewenzela inkosi uSolomoni endlini kaNkulunkulu:


wakha ulwandle olulodwa, nezinkabi ezili-12 phansi kwalo.


Inkosi yayikwenzela esigodini eJordani, emhlabathini oyibumba ophakathi kweSukhothi neZereda.


Uyokwenza izitsha zalo zokubutha umlotha, amafosholo alo, izitsha zalo, izimfologo zalo, nemicengezi yalo yomlilo, uyozenza zonke izimpahla zalo ngethusi.


Wenza zonke izimpahla ze-althare; amabhodwe, amafosholo, imicengezi, izimfologo nemicengezi yomlilo, konke wakwenza ngethusi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ