Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:13 - IsiZulu 2020

13 amahananadi angama-400 awo womabili amanethi, izinhla ezimbili zamahananadi kulelo nalelo netha, ukuze emboze izihloko zombili ezinjengezinkamba eziphezu kwezinsika.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 namapomegranati* angamakhulu amane amanetha omabili, izinhla ezimbili zamapomegranati kulelo nalelo netha, okwembesa izihloko zombili ezazinjengezinkamba phezu kwezinsika.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 namabhomu angamakhulu amane emaweni womabili; izinhlu ezimbili zamahazi phezu komqhele ngamunye ukuze kusibekela amaphampu amabili ezihloko eziphezu kwezinsika.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:13
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Phezu kwezihloko zezinsika zombili ezaziseduze neqhubu elaliseceleni kwenetha, kwakukhona amahananadi angama-200 eyimigqa macala wonke, phezu kwaleso naleso sihloko.


Wazimisa izinsika zomphemegumbi wethempeli, insika yangakwesokunene wayiqamba ngokuthi uJakini. Insika yangakwesokhohlo ayimisayo wayibiza ngokuthi uBhowazi.


izinsika ezimbili, imicengezi emibili ezihloko ezaziphezu kwezinsika, amanetha amabili okwembesa imicengezi eyayisezinhlokweni ezimbili ezazisezihlokweni phezu kwezinsika,


amahananadi angama-400, amanetha amabili, imigqa emibili yamahananadi kulelo nalelo netha, okwembesa izihloko zombili ezaziyimicengezi ezaziphezu kwezinsika,


Wenza amaketanga egumbini, wawabeka ezihlokweni zezinsika, wenza amahananadi ayikhulu wawabeka emaketangweni.


izinsika ezimbili, izihloko ezimbili ezinjengezinkamba ezaziphezu kwezinsika, amanetha amabili okwemboza lezo zihloko ezimbili ezinjengezinkamba, ezaziphezu kwezinsika,


Izitshalo zakho ziyisivande samahananadi esithela izithelo zekhethelo; ihena elinamanadi,


Kwakukhona amahananadi angama-96 ngasemaceleni; wonke amahananadi ayesenetheni nxazonke, ayeyikhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ