Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 36:4 - IsiZulu 2020

4 Inkosi yaseGibhithe yabeka u-Eliyakimi, umfowabo, waba yinkosi kwaJuda naseJerusalema, yaliguqula igama lakhe laba nguJehoyakimi. UNekho wamthatha uJehowahazi, umfowabo, wamyisa eGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Inkosi yaseGibithe yabeka u-Eliyakimi umfowabo inkosi kwaJuda naseJerusalema, yaguqula igama lakhe labanguJehoyakimi. UNekho wathatha uJehowahazi umfowabo, wamyisa eGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Inkosi yaseGibithe yabeka u-Eliyakimi umfowabo inkosi kwaJuda naseJerusalema, yaguqula igama lakhe laba nguJehoyakimi. UNego wamthatha uJehowahazi umfowabo, wamyisa eGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 36:4
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJosiya wazala amadodana amane: izibulo nguJohanani, eyesibili nguJehoyakimi, eyesithathu nguZedekiya, eyesine nguShalumi.


Inkosi yaseGibhithe yamsusa eJeruselema, izwe yalikhokhisa intela engamathalenta esiliva ayikhulu nethalenta legolide.


Kwathi ngonyaka wesine wokubusa kukaJehoyakimi indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, okwakungunyaka wokuqala wokubusa kukaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, kwafika izwi kuJeremiya maqondana nabo bonke abantu bakwaJuda.


Ekuqaleni kokubusa kukaJehoyakimi, indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, kwafika leli lizwi livela kuSimakade, lathi:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ