Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 32:32 - IsiZulu 2020

32 Ezinye izindaba zikaHezekiya nezenzo zakhe ezinhle; bheka, zilotshiwe embonweni ka-Izaya umphrofethi, indodana ka-Amose, encwadini yamakhosi akwaJuda nawakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Ezinye izindaba zikaHezekiya nezenzo zakhe ezinhle, bheka, zilotshiwe embonweni ka-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose, encwadini yamakhosi akwaJuda nakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Ezinye izindaba zikaHezekiya nokulunga kwakhe, bheka, zilotshiwe ebusweni buka-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose, naseNcwadini yamakhosi akwaJuda nakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 32:32
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ezinye izindaba zikaHezekiya, nawo wonke amandla akhe, nokwenza kwakhe ichibi nomsele, nokungenisa kwakhe amanzi emzini, akulotshiwe yini encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwaJuda na?


Ezinye izindaba zika-Amaziya, ezakuqala nezakamuva, bheka, azilotshiwe yini encwadini yamakhosi akwaJuda nawakwa-Israyeli na?


Ezinye izindaba zika-Uziya, ezakuqala nezakamuva, zilotshiwe ngu-Izaya umphrofethi, indodana ka-Amose.


Kanjalo maqondana nezithunywa zezikhulu zaseBhabhele ezathumela kuye ukuyobuza ngesibonakaliso esenzeka ezweni, uNkulunkulu wamshiya emvivinya, ukuze azi konke okusenhliziyweni yakhe.


UHezekiya wayesekhothama, bamngcwaba emmangweni wamadlinza ozalo lukaDavide, wonke uJuda nezakhamuzi zaseJerusalema bamhlonipha emngcwabeni wakhe. UManase, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ezinye izindaba zikaJosiya, izenzo zakhe ezilungileyo njengokulotshiweyo emthethweni kaSimakade,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ