Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 32:3 - IsiZulu 2020

3 welulekana nezikhulu zakhe namaqhawe akhe ukuba bavimbe amanzi emithonjeni eyayingaphandle komuzi; nempela bamsiza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 welulekana nezikhulu zakhe namaqhawe akhe ukuba bavimbe amanzi emithombo eyayingaphandle komuzi; bamsiza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wacebisana nezikhulu zakhe namaqhawe akhe ukuba bavimbe amanzi emithombo eyayingaphandle komuzi, bamsiza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 32:3
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngabe ucabanga ukuthi ukukhuluma amazwi ngomlomo kungamasu namandla okulwa na? Pho wethemba bani, ngoba ungihlubukile na?


Ezinye izindaba zikaHezekiya, nawo wonke amandla akhe, nokwenza kwakhe ichibi nomsele, nokungenisa kwakhe amanzi emzini, akulotshiwe yini encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwaJuda na?


Inkosi yayelulekene nezikhulu zayo nebandla lonke laseJerusalema ukuba bagcine iphasika ngenyanga yesibili,


Kwathi lapho uHezekiya ebona ukuthi uSenaheribhi uthelekile, nokuthi uqonde ukulwa neJerusalema,


UHezekiya wavimba umthombo ongenhla wamanzi eGihoni, wawaqondisa entshonalanga yomuzi kaDavide. UHezekiya waphumelela kuyo yonke imisebenzi yakhe ayeyenza.


Kwabuthana abantu abaningi, bayivimba yonke imithombo nomfudlana owawugobhoza phakathi nezwe, bathi: “Kungenzeka kanjani ukuba kufike amakhosi ase-Asiriya bese ethola amanzi amaningi na?”


Lapho kungekho khona ukwelulekana, amasu ayabhuntsha, kodwa uma bebaningi abeluleki ayaphumelela.


Amacebo wonke aqiniswa ngokululekana; yilwa impi ngamasu aphusile.


Ngokucabanga okwephusile ungaphaka impi, nokunqoba kusebuningini babeluleki.


Ngubani oqondise uMoya kaSimakade, wamfundisa, waba ngumeluleki wakhe na?


Zikhelele amanzi ngoba uzovinjezelwa, uqinise izinqaba zakho; uxove udaka, ubumbe izitini.


Ngokuba: “Ngubani owawazi umqondo weNkosi na? Ngubani owaba ngumeluleki wayo na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ