Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 32:29 - IsiZulu 2020

29 Wazakhela imizi, waba nemfuyo, izimvu nezinkomo eziningi, ngokuba uNkulunkulu wayemnike impahla eningi kakhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Wazenzela nemizi, nemfuyo yezimvu, nezinkomo eziningi, ngokuba uNkulunkulu wayemnike impahla eningi kakhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Wamnika nemizi nemfuyo yezimvu neyezinkomo ngobuningi, ngokuba uNkulunkulu wayemnike impahla eningi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 32:29
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ingcebo nenkazimulo kuvela kuwe, Wena uyabusa phezu kwakho konke. Esandleni sakho kukhona amandla nezikhwepha, ukukhulisa nokunika bonke amandla.


Wafa esemdala, esenelisiwe yizinsuku nengcebo nodumo; uSolomoni, indodana yakhe, wabusa esikhundleni sakhe.


Ngakho-ke uSimakade wawusimamisa umbuso esandleni sakhe, wonke uJuda wathela intela kuJehoshafathi; waba nodumo olukhulu nengcebo eningi.


U-Amaziya wayesethi kulowo muntu kaNkulunkulu: “Pho manje sizokwenzenjani ngamathalenta ayikhulu engikhokhele ngawo impi yakwa-Israyeli na?” Umuntu kaNkulunkulu wathi: “USimakade unamandla okukunika okuningi kunalokho.”


Wakha imibhoshongo ehlane, wemba imithombo yamanzi eminingi, ngokuba wayenemfuyo eningi ehlanzeni nasethafeni; wayenabalimi nabaphathi bezivini ezintabeni naseKharmeli, ngoba wayengothanda umhlabathi.


Wakha nezinqolobane zokusanhlamvu, ezewayini elisha, ezamafutha, izibaya zezinhlobo zonke zezilwane, nezindawo zezimvu.


Yayinezimvu eziyizi-7 000 namakameli ayizi-3 000, nezinkabi ezingamabhangqa angama-500 nezimbongolo zezinsikazi ezingama-500 nezisebenzi eziningi kakhulu. Leyo ndoda yayiyisikhulu esiphezulu kunabo bonke abantu basempumalanga.


USathane wamphendula uSimakade, wathi: “Ngabe uJobe umesaba uNkulunkulu kungenasizathu na?


USimakade wayibusisa kanjalo-ke ingxenye yokugcina yezinsuku zikaJobe, ukwedlula isikhathi sakhe sokuqala: waba nezimvu eziyizi-14 000, amakameli ayizi-6 000, izinkabi ezingamabhangqa eziyinkulungwane nezimbongolo zezinsikazi eziyinkulungwane.


Isibusiso sikaSimakade siyacebisa; akenezeleli usizi kuso.


“Kepha uyomkhumbula uSimakade uNkulunkulu wakho, ngokuba nguye okupha amandla okuzuza imfuyo ukuba amise isivumelwano sakhe afunga ngaso kokhokho bakho, njenganamuhla.


USimakade wenza abampofu bacebe; uyathobisa, bese ephakamisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ