2 iziKronike 32:12 - IsiZulu 202012 “Yena lowo Hezekiya akasusanga yini izindawo eziphakemeyo nama-althare akhe, wayala uJuda neJerusalema, wathi: ‘Niyakukhuleka phambi kwe-althare linye, nishise impepho kulo na?’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Yena lowo Hezekiya akasusanga yini izindawo eziphakemeyo nama-altare akhe, wayala uJuda neJerusalema, wathi: ‘Niyakukhuleka phambi kwe-altare linye, nishise impepho,’ na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202412 Yena lowo Hezekiya akasusanga yini izindawo zakhe eziphakemeyo nama-altare akhe, wayala uJuda neJerusalema, wathi: “Niyakukhuleka phambi kwe-altare linye, nishise impepho phezu kwalo, na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kwathi ukuba kuphele konke lokhu, u-Israyeli wonke owayelapho waphuma waya emizini yakwaJuda, waphihliza izinsika, wagawula o-Ashera, wadiliza izindawo eziphakemeyo nama-althare wonke kwaJuda, kwaBhenjamini, kwa-Efrayimi nakwaManase, waze wakuqeda konke. Base bonke abantu bakwa-Israyeli bephindela emuva, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe, emizini yakubo.