Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 32:1 - IsiZulu 2020

1 Emveni kwalezo zinto nesibonelo sokuthembeka kwafika uSenaheribhi, inkosi yase-Asiriya, wangena kwaJuda, wakanisa maqondana nemizi ebiyelweyo, wathi uzongena kuyo ngendlovuyangena.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Emva kwalezo zinto naleso sibonelo sokuthembeka kwafika uSaneheribi inkosi yase-Asiriya, wangena kwaJuda, wamisa malungana nemizi ebiyelweyo, wathi uyakuzifohlela yona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngemva kwalezi zinto nokuqiniswa kwazo, uSaneheribi inkosi yase-Asiriya wafika wangena kwaJuda, wamisa phezu kwemizi ebiyelweyo, ecabanga ukuzithathela yona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 32:1
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwase kufika uPhuli, inkosi yase-Asiriya, ukuzohlasela izwe. UMenahemu wamnika uPhuli amathalenta ayinkulungwane esiliva, ukuze amsize ukuqinisa umbuso esandleni sakhe.


Ngonyaka wesishiyagalolunye wokubusa kukaHosheya, inkosi yase-Asiriya, yalinqoba iSamariya, yathumba u-Israyeli, yamyisa e-Asiriya, yambeka eHala, eHabhori ngasemfuleni iGozani nasemizini yamaMede.


Inkosi yase-Asiriya yathumba abakwa-Israyeli yabayisa e-Asiriya, yababeka eHala naseHabhori, ngasemfuleni iGozani nasemizini yamaMede,


Manje, Simakade Nkulunkulu wethu, ake usisindise esandleni sakhe, ukuze yonke imibuso yomhlaba yazi ukuthi Wena, Simakade, unguNkulunkulu, Wena wedwa.”


Kwathi lapho uHezekiya ebona ukuthi uSenaheribhi uthelekile, nokuthi uqonde ukulwa neJerusalema,


Sekwedlule konke lokhu, uJosiya eselilungisile ithempeli, kwakhuphuka uNekho, inkosi yaseGibhithe, ukuba ayokulwa neKharikhemishi ngaseYufrathe; uJosiya waphuma ukuyomhlangabeza.


Namuhla izokanisa eNobhi, izakuzivocavocela intaba yendodakazi yaseZiyoni negquma eJerusalema, isibhakela sayo.


Kwathi ngonyaka we-14 wokubusa kwenkosi uHezekiya, kwasuka uSanekheribhi, inkosi yase-Asiriya, wenyuka wahlasela yonke imizi yakwaJuda ebiyelweyo, wayidla.


USenakheribhi, inkosi yase-Asiriya, wasuka wabuyela emuva, wahlala eNineve.


“Abayukubuyela eGibhithe, i-Asiriya libe yinkosi yabo, njengoba benqaba ukuphenduka na?


Obavulela indlela uyakuhamba phambi kwabo. Bayakufohla, badlulele esangweni, baphume ngalo. Inkosi yabo isidlulile phambi kwabo, uSimakade useyinhloko yabo.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ