2 iziKronike 30:9 - IsiZulu 20209 Uma nibuyela kuSimakade, abafowenu nabantwana benu bayofumana umusa kwababathumbayo babuyele kuleli lizwe, ngoba uSimakade uNkulunkulu wenu ulungile, unomusa; akayukunifulathela, uma nibuyela kuye.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Ngokuba ekubuyeleni kwenu kuJehova abafowenu nabantwana benu bayakuthola umusa phambi kwababathumbayo, babuyele kuleli zwe, ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu unomusa nesihe, akayikunifulathela, uma nibuyela kuye.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Ngokuba uma niphendukela kuJehova, abafowenu nabantwana benu bayakuba nesihe phambi kwabathunjwayo, babuyele kuleli zwe; ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu unomusa, unesihe, uyabususa ubuso bakhe kini, uma nibuyela kuye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Wase ekhuleka kuSimakade, wathi: “Simakade, angikushongo yini lokhu kwasekuqaleni ngesikhathi ngisesezweni lakithi na? Yingakho ngashesha ngabalekela eTharishishi, ngoba ngangazi kahle ukuthi Wena unguNkulunkulu onomusa, owephuza ukuthukuthela, unobubele obukhulu, uyayithambisa inhliziyo yakho ungabe usakwenza okubi obukuhlosile.