Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 30:2 - IsiZulu 2020

2 Inkosi yayelulekene nezikhulu zayo nebandla lonke laseJerusalema ukuba bagcine iphasika ngenyanga yesibili,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngokuba inkosi yayelulekene nezikhulu zayo nebandla lonke laseJerusalema ukuba bagcine iphasika ngenyanga yesibili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Inkosi kanye nezikhulu zayo nalo lonke ibandla laseJerusalema bacebisana ukwenza iphasika ngenyanga yesibili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 30:2
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lalingakaze ligcinwe iphasika kusukela emihleni yabehluleli ababehlulela u-Israyeli, nasemihleni yawo wonke amakhosi akwa-Israyeli nawakwaJuda.


USolomoni wakhuluma kuye wonke u-Israyeli, kubakhuzi bempi bezinkulungwane nabezamakhulu, kubehluleli, kubo bonke abaholi bakwa-Israyeli, nasezinhlokweni zoyise.


UHezekiya wathumela ku-Israyeli wonke noJuda, walobela u-Efrayimi noManase izincwadi ukuba beze endlini kaSimakade eJerusalema, ukuba bazogcina iphasika likaSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli.


Abantu abaningi babuthana eJerusalema ukuba bagcine umkhosi wesinkwa esingenamvubelo ngenyanga yesibili; kwakuyibandla elikhulu kakhulu.


Kwathi ngosuku lwe-14, ngenyanga yesibili, base belihlaba iphasika. Abaphristi nabaLevi babenamahloni, bazingcwelisa, base beletha iminikelo yokushiswa endlini kaSimakade.


UJosiya waligcina iphasika likaSimakade eJerusalema. Balihlaba iphasika ngosuku lwe-14, ngenyanga yokuqala.


Lapho kungekho zeluleko khona abantu bayawa, kodwa lapho kunabeluleki abaningi khona kuba nokuphumelela.


Lapho kungekho khona ukwelulekana, amasu ayabhuntsha, kodwa uma bebaningi abeluleki ayaphumelela.


Ungcono umuntu osemusha oswele kodwa ohlakaniphile, kunenkosi endala eyisiwula, engasemukeli iseluleko.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ