2 iziKronike 30:18 - IsiZulu 202018 Ingxenye enkulu yabantu eyayivela kwa-Efrayimi, kwaManase, kwa-Isakhare nakwaZebuloni, yayingazihlambululanga, balidla iphasika ngokungalotshiwe, ngokuba uHezekiya wayebakhulekele, wathi: “USimakade omuhle makathethelele, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Ngokuba isixuku sabantu, abaningi bakwa-Efrayimi nakwaManase nakwa-Isakare nakwaZebuloni, sasingazihlambululanga, salidla iphasika ngokungalotshiwe. Ngokuba uHezekiya wayebakhulekele ngokuthi: “UJehova omuhle makathethelele အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202418 Ngoba uquqaba lwabantu, abaningi bakwa-Efrayimi nakwaManase, kwa-Isakare nakwaZebuloni, alizange lizihlanze, kodwa ladla iphasika ngaphandle kwalokho okulotshiweyo. Kodwa uHezekiya wabathandazela wathi: “UJehova omuhle uthethelela wonke umuntu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |