Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:8 - IsiZulu 2020

8 Wakha indawo engcwelengcwele: ubude bayo bulingana nobubanzi bendlu, ingamakhubhithi angama-20, nobubanzi bungamakhubhithi angama-20. Wayicaka ngegolide elicolisekileyo elingamathalenta angama-600.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wenza indlu engcwelengcwele; yayimalungana nobubanzi bendlu; ubude bayo babuyizingalo ezingamashumi amabili, nobubanzi bayo babuyizingalo ezingamashumi amabili; wayinameka ngegolide elihle, lingamatalenta* angamakhulu ayisithupha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wenza indlu eNgcwelengcwele, ubude bayo babulingana nobubanzi bendlu, buyizingalo ezingamashumi amabili, nobubanzi bayo buyizingalo ezingamashumi amabili; wayinameka ngegolide elihle lamatalenta angamakhulu ayisithupha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:8
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wakha futhi amakhubhithi angama-20 ngamapulangwe emisedari ngaseceleni lendlu langasemuva, kusukela phansi kuze kufike emishayweni, wazakhela phakathi okwaba yigumbi, okuyindawo engcwelengcwele.


Uyolengisa isihenqo phansi kwamahhuku asophahleni, bese ungenisa umphongolo wesivumelwano phakathi kwesihenqo, isihenqo siyakunehlukanisela indawo engcwele nendawo engcwelengcwele.


Wakala ubude bokuphakathi kwaba ngamakhubhithi angama-20 phambi kwethempeli. Wayesethi kimi: “Lena yindawo engcwele kakhulu.”


Ngakho-ke bazalwane, njengokuba sinesibindi sokungena endaweni engcwele ngegazi likaJesu,


Emva kwesihenqo sesibili kwakukhona ithabanakeli okuthiwa ngelingcwelengcwele.


Ngokuba ingumfanekiso walesi sikhathi samanje, okulethwa ngaso iminikelo nemihlatshelo, engenakumenza okhonzayo abe nonembeza omsulwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ