Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:5 - IsiZulu 2020

5 Indlu enkulu wayigcaya ngaphakathi ngemisayiphuresi; wayicaka ngegolide elicolisekileyo, waqopha imifanekiso yamasundu namaketanga kulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Indlu enkulu wayembesa imisayipuresi,* wayinameka ngegolide elihle, waqopha kulo amasundu namaketanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Indlu enkulu wayigcoba ngemisayipuresi, wayinameka ngegolide elihle, wafaka kuyo amasundu namaketanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:5
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Indlu wayihlobisa ngamatshe ayigugu nangegolide elalivela ePharivayimi.


Imishayo yezindlu zethu iyimisedari, uphahla luyimisayiphuresi.


Kwakukhona amafasitela avaliweyo, emakamelweni; ezinsikeni ngaphakathi kwesango nxazonke, nasemiphemeni yendlu ngaphandle; kukhona amafasitela nxazonke ngaphakathi namasundu ezinsikeni.


kwakwenziwe ngamakherubhi, nangamasundu; phakathi kwalelo nalelo kherubhi kwakunesundu. Ikherubhi ngalinye linobuso obubili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ