Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:4 - IsiZulu 2020

4 Ubude nobubanzi bomphemegumbi owawuphambi kwendlu babungamakhubhithi angama-20, ukuphakama kungamakhubhithi ayi-120; wawuhuqa ngaphakathi ngegolide elicwengekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Umpheme owawuphambi kwendlu ende malungana nobubanzi bendlu wawuyizingalo ezingamashumi amabili, nokuphakama kwakuyikhulu namashumi amabili; wawunameka phakathi ngegolide elicwengekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Umpheme owawuphambi kwendlu, ubude bawo babulingana nobubanzi bendlu, buyizingalo ezingamashumi amabili, nokuphakama kwawo kwakuyikhulu namashumi amabili; walinameka ngaphakathi ngegolide elicwengekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:4
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umphemegumbi ngaphambili wendlu yethempeli wawungamakhubhithi angama-20 ubude bawo maqondana nobubanzi bendlu; ububanzi bawo babungamakhubhithi alishumi ngaphambi kwendlu.


Baqala ukungcwelisa indlu kaSimakade ngosuku lokuqala, ngenyanga yokuqala, kwathi ngosuku lwesishiyagalombili kuleyo nyanga, bafinyelela emphemeni kaSimakade. Bayingcwelisa indlu kaSimakade izinsuku eziyisishiyagalombili; kwathi ngosuku lwe-16 lwenyanga yokuqala, bawuphothula wonke umsebenzi.


Wayesengingenisa emphemenigumbi wendlu, walinganisa izinsika zomphemegumbi: kungamakhubhithi ayisihlanu ngapha nangapha; ububanzi besango babungamakhubhithi amathathu ngapha nangapha.


UJesu wayehamba ethempelini, emphemeni kaSolomoni.


Isabambelele kuPhethro noJohane, bonke abantu bagijimela kubo emphemeni okuthiwa okaSolomoni, beshaqeke kakhulu.


Kwenziwa izimangaliso nezibonakaliso eziningi kubantu, ngezandla zabaphostoli. Bonke babenhliziyonye besemphemeni kaSolomoni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ