Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:17 - IsiZulu 2020

17 Wamisa izinsika phambi kwethempeli, enye ngakwesokunene nenye ngakwesokhohlo. Eyangakwesokunene wayiqamba igama wathi uJakhini, eyangakwesokhohlo wathi uBhowazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Wazimisa izinsika phambi kwethempeli, enye ngakwesokunene nenye ngakwesokhohlo, wabiza igama lengakwesokunene ngokuthi uJakini negama lengakwesokhohlo ngokuthi uBowazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Wazimisa izinsika phambi kwethempeli, enye ngakwesokunene nenye ngakwesokhohlo; igama lengakwesokunene lalithiwa nguJagini, negama lengakwesokhohlo lalithi nguBhowazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:17
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaSimeyoni kwakunguJemuweli, uJamini, u-Ohadi, uJakhini, uZoha noShawule, owayezalwa ngowesifazane ongumKhanani.


Wazimisa izinsika zomphemegumbi wethempeli, insika yangakwesokunene wayiqamba ngokuthi uJakini. Insika yangakwesokhohlo ayimisayo wayibiza ngokuthi uBhowazi.


Wenza amaketanga egumbini, wawabeka ezihlokweni zezinsika, wenza amahananadi ayikhulu wawabeka emaketangweni.


Ubude bomphemegumbi babungamakhubhithi angama-20, nobubanzi bungamakhubhithi ali-11 ngasezitebhisini okwakukhushukelwa ngazo kulo; kukhona nezibonda ngasezinsikeni, ngapha nangapha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ