Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:16 - IsiZulu 2020

16 Wenza amaketanga egumbini, wawabeka ezihlokweni zezinsika, wenza amahananadi ayikhulu wawabeka emaketangweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wenza amaketanga egumbini, wawabeka ezihlokweni zezinsika; wenza amapomegranati* ayikhulu, wawabeka emaketangeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wenza amaketanga njengekamelo elingaphakathi, wawabeka ezinhloko zezinsika; wenza amabhomu ayikhulu, wawafaka emaketangeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:16
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wayinameka indlu phakathi ngegolide elicwengekileyo, walivalela igumbi ngamaketanga egolide; walinameka nalo ngegolide.


Phezu kwezihloko zezinsika zombili ezaziseduze neqhubu elaliseceleni kwenetha, kwakukhona amahananadi angama-200 eyimigqa macala wonke, phezu kwaleso naleso sihloko.


Ngaphambi kwendlu, wamisa izinsika ezimbili ezingamakhubhithi angama-30 ubude, kunesihloko esasiphezu kwaleyo naleyo nsika, esasingamakhubhithi ayisihlanu.


Wamisa izinsika phambi kwethempeli, enye ngakwesokunene nenye ngakwesokhohlo. Eyangakwesokunene wayiqamba igama wathi uJakhini, eyangakwesokhohlo wathi uBhowazi.


izinsika ezimbili, izihloko ezimbili ezinjengezinkamba ezaziphezu kwezinsika, amanetha amabili okwemboza lezo zihloko ezimbili ezinjengezinkamba, ezaziphezu kwezinsika,


amahananadi angama-400 awo womabili amanethi, izinhla ezimbili zamahananadi kulelo nalelo netha, ukuze emboze izihloko zombili ezinjengezinkamba eziphezu kwezinsika.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ