Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:15 - IsiZulu 2020

15 Ngaphambi kwendlu, wamisa izinsika ezimbili ezingamakhubhithi angama-30 ubude, kunesihloko esasiphezu kwaleyo naleyo nsika, esasingamakhubhithi ayisihlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Wenza ngaphakathi kwendlu izinsika ezimbili, ukuphakama kwazo kwakuyizingalo ezingamashumi amathathu nanhlanu; isihloko esasingaphezu kwaleyo naleyo sasiyizingalo eziyisihlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Wenza nezinsika ezimbili phambi kwendlu, ukuphakama kwazo kwakuyizingalo ezingamashumi amathathu nanhlanu, nesihloko esasiphezu kwaleyo naleyo sasiyizingalo eziyisihlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:15
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinsika zethusi ezazisendlini kaSimakade, izinqe zolwandle lwethusi okwakusendlini kaSimakade, akuhlephula amaKhaledi, alithwala ithusi aya nalo eBhabhele.


UDavide wathatha ithusi eliningi kakhulu eThibhahathi naseKhuni, imizi kaHadadezeri, uSolomoni enza ngalo ulwandle lwethusi nezinsika nezitsha zethusi.


Wenza amaketanga egumbini, wawabeka ezihlokweni zezinsika, wenza amahananadi ayikhulu wawabeka emaketangweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ